Kuhlakazwe uhulumeni wase-Ivory Coast

2012-11-14 16:22

Abidjan - UMengameli wase-Ivory Coast u-Alassane Ouattara uhlakaze uhulumeni wakhe, ngaphambi kokuhlelwa kabusha kweKhabhinethi obekulindelekile, kusho iHhovisi likaMengameli.

"Umengameli wezwe umise ukusebenza kwawo wonke amalungu kahulumeni,” kusho uNobhala eHhovisi lakhe u-Amadou Gon Coulibaly.

Akukazeki ukuthi abasebenzi abasha bazoqokwa nini kuleli lizwe elihamba phambili ekukhiqizeni ukhokho.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Cool. Pta: 14-26°C Tstorms late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 12-22°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-30°C Haze. Warm. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...