Kuhilizisane amaphoyisa nababhikishi eGuinea

2013-02-20 07:32
Yabelani Shicilela

Conakry - Amaphoyisa atholane phezulu nentsha ebihlasela ngamatshe enhlokodolobha yaseGuinea embhikishweni omelene noMengameli Alpha Conde.

Lo mbhikisho kazwelonke ufuna kube nokhetho olungenankohlakalo.

Lesi siteleka siqale ngemuva kokuthi amaqembu aphikisayo ebalule isandla semfene emalungiselelweni okhetho lwangoMeyi 12.

Lolu kuzoba ngukhetho lokuqala ngemuva kweminyaka eyishumi njengoba izwe liphuma eMbusweni wombutho wezempi, obuhambisana nodlame.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe 25 eNigeria

2014-04-23 08:09
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...