Kufungiswe ikhomishana yokhetho eGuinea

2012-11-02 07:34

Conakry - IGuinea ifungise ikhomishana yokhetho entsha kulandela umbhikisho wamaqembu aphikisayo, nabekhala ngokuthi uhulumeni ube nesandla semfene emagameni abebeqokiwe.

Ukungafinyeleli esivumelwaneni nokubhekana ngeziqu zamehlo kuleliya lizwe kwadala ukubambezeleka kokhetho kusukela ngonyaka odlule ukuze kuphucwe amandla labo abawathatha ngendluzula ngo-2008.

UMengameli Alpha Conde umemezele leli khomishana elinamalungu angu-25.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Showers late. Increasing cloudiness. Cool. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...