Kuduke umkhumbi waseGreek

2012-10-08 16:24

Athens - Izikhulu zenkampani yemikhumbi eGreek, zithi akukho ukuxhumana phakathi kwazo nomkhumbi wabo okwelinye lamazwe ase-Afrika.

Inkampani iGrace Management SA ithi inokwethuka njengoba kuduke lo mkhumbi othwele ugazolo ongamathani angu-35 000, emkhumbini kukhona ababili abangabokudabuka eGreek nabangu-22 base Filipino.

Izikhulu zithi zigcine ukuxhumana nomkhumbi ngoMgqibelo, i-Orfeas igcine ukubonakala ise- Abidjan, ngalesi sikhathi ibidlula ilibhekise eLagos, eNigeria.

Unyamalala nje umkhumbi, amasela agebenga imikhumbi anyuse izinga lawo ekuqhubeni lobu bugebengu, kusho imibiko.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Partly cloudy. Cool. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-26°C Sunny. Mild. PE: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...