Kudedelwe iziboshwa eMalawi

2012-07-06 12:08

Johannesburg- Zibalelwa ku-377 iziboshwa ezidedelwe eMalawi njengengxenye yomgubho weminyaka engu-48 izwe lathola uzimelegeqe laphuma ngaphansi kwesandla seBrithani, kusho uMyango wezaseKhaya ezweni.

Iningi leziboshwa bese zihlale ejele isikhathi esiyingxenye yezigwebo, zidedelwe ngenxa yokukwazi ukuziphatha kahle, kusho isitatimende soMnyango.

Amajele aseMalawi angu-23 kanti agqume iziboshwa ezingaphezulu ngo-12 000 esilinganisweni esifanele.

INhloko yamaJaji uDuncan Tambala phambilini wachaza isimo samajele ezwe njengesihogo.

Yize izwe libungaza inkululeko akukho migubho ekhona ngenxa yokushoda kwezimali ezweni.

UMengameli omusha uJoyce Banda kulindeleke abe yingxenye yomkhuleko ezobanjwa enkundleni yezimidlalo ngaphambi komdlalo webhola omkhulu uzoba wumbungazo wosuku.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 5 ezikhukhuleni eMozambique

Emizuzwini eyi-21 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...