Kubulawe obhejane eZimbabwe

2013-01-04 13:07

Harare - Abazingeli babulale obhejane abamhlophe abane esiqiwini eZimbabwe, kusho uMnyango wezamaPaki ezweni.

Lokhu kwenzeke esiqiwini iThetford Estate, mhla lulunye enyangeni.

Okhulumela iZimbabwe Parks and Wildlife Management Authority uCaroline Washaya-Moyo, uthi umkhuba wokubulawa kobhejane bakhishwe izimpondo zabo, yinto engaqali.

Kunokwesabela ukuthi lo mkhuba oqale eNingizmu Afrika, usuqala ukuchapahazeleka nasemazweni angomakhelwane.

"Obhejane abaublelwe, ngabesikisa ababili asebekhulile nowesifazane bese kuba osakhula wesilisa, banenzuzo ka-$480,000," kusho uWashaya-Moyo, esitatimendeni

IZimbabwe kubikwa ukuthi inobhejane okungenani abangu-700, abangu-19 babulawa nyakenye bezingelwa, phambili kwalokho kwabe kuzingelwe abangu-23.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...