Kubulawe amaphoyisa e-Algeria

2012-04-30 16:32
Yabelani Shicilela

Algiers - Oshayasibhamu base-Algeria esifundeni iKabylie sebedubule babulala amaphoyisa amabili balimaza kambi amanye amabili, kusho izikhulu, ngoMsomguluko.

Lesi sehlakalo senzeka nje sekusele isikhathi esingaphansi kwamasonto amabili kuyiwe okhethweni lukazwelonke.

Amaphoyisa abeqhuba umsebenzi wokuhlola isimo edolobheni ngesikhathi kutheleka imoto thize ivulela ngenhlamvu.

Izigayigayi lezi zidubule ngezibhamu zohlobo lwama-rifle. Amaphoyisa amabili afe ujuqu amabili alimala kambi.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 10-25°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Haze. Warm. PE: 16-21°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...