Kubulawe amakholwa eNigeria

2012-11-12 07:28

Kano - Oshayasibhamu badubule babulala amakholwa angamaKhrestu edolobheni elisenyakatho mpumalanga neNigeria nelike lahlaselwa yizihonga zamaSulumane ngaphambilini, kusho amaphoyisa.

Izigilamkhuba lezi zigasele emzini oseGaidam ngoMgqibelo ebusuku zadubula ngaphambi kokubaleka, kusho uKhomishana wamaphoyisa uPatrick Egbuniwe.

“Bangene bavulela ngenhlamvu babulala abantu abayishlanu. Akukaboshwa muntu ngalesi sigameko," esho etshela izintatheli.

Akucaci noma laba ababulewe babulawelwe inkolo yabo na.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Numerous showers. Overcast. Mild. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...