Kubulawe abasebenzi eNigeria

2012-11-09 07:34
Yabelani Shicilela

Maiduguri - Omakhi ababili abangabokudabuka eChina badutshulwe babulawa ngoshayasibhamu abangaziwa eBorno, enyakatho mpumalanga neNigeria, kusho umbiko.

Lokhu kubulala kubeka kwabane inani labasebenzi baseChina asebebulewe eBorno kule nyanga.

Inhlangano yezihonga iBoko Haram isibulale amakhulu abantu ngamabhomu bebahlasela nangezibhamu eBorno kusukela yavukela umbuso ngo-2009, njengoba ifuna kakhulu izikhulu zikahulumeni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-21°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-17°C Morning clouds. Mild. Bloem: 6-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Morning clouds. Mild. PE: 13-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...