Kubulawe 4 eSouth Sudan
2013-01-29 07:22
Juba - Impi yezulu lezandla phakathi kwamasosha aseSouth Sudan nabaqaphi bowayengumholi weqembu lezihonga ibulale abantu abane, kwacekeleka phansi amabhilidi, kusho izikhulu nabazibonele ngoMsombuluko.
Kunezimpawu eziningi ezitshengisa ukuthi kungase kube nempi yomkhaya kusukela iningizimu yathola uzimelegeqe.
Lokhu kulwa kuqubuke eJonglei ngeSonto lapho kutholane khona phezulu amasosha nabaqaphi bakaJames Kuberin.
Impi ezikhathini eziningi isuswa umbango kawoyela.
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
- Reuters