Kubulawa ngesihluku amaKrestu eNigeria - Umbiko

2012-12-31 10:29
Yabelani Shicilela

Kano - Ontamolukhuni abangamaSulumane babulale abenkolo yamaKrestu abangu-15, bebanquma imiqala ngesikhathi behlaselwa esigodini saseNigeria, kusho izakhamizi nemithombo yabezindaba.

"Olwazini esilutholile, abahlaseli bagqekezi emizini ethile banquma abantu abangu-15 belele," kusho isikhulu esingafunanga ukudalulwa ngoba singagunyaziwe ukukhuluma emphakathini.

Iziphathimandla phambilini zasiqinisekisa lesi sigameko esenzeke eMusari, kodwa zanganaba ngemininingwane zathi kubulawe abantu abahlanu kuphela.





 

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Mild. Pta: 5-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...