Kuboshwe owayeyisikhulu samaphoyisa eGambia

2013-01-22 07:28

Banjul - Inkantolo eyisipesheli yamacala eGambia igwebe lowo owayeyisikhulu samaphoyisa iminyaka eyishumi ebhadla ejele ngamacala okushushumbisa izidakamizwa nenkohlakalo, kanjalo nokweba.

U-Ensa Badjie, nobevele edonsa udilikajele ngokuphanga, utholwe enamacala nezinye izikhulu zombutho wezempi ngamacala enziwa ngo-2010.

UJaji Emmanuel Nkea umthole enecala "ngokuhlukumeza amandla ngenhloso yokuzicebisa yena ngokuqamba amanga athi umengameli wezwe wanikeza yena nabanye izidakamizwa ukuba bamdayisele."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 12-23°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...