Kuboshwe intatheli yase-Angola

2011-10-11 16:32
Yabelani Shicilela

Luanda - Intatheli yase-Angola ibhekene nokuboshwa unyaka owodwa ngokushicilela amanga ngodaba lwezinsolo zenkohlakalo eyenziwa izikhulu zezombutho wezempi.

Inkantolo yaseLuanda ngoMsombuluko inikeze uWilliam Tonet, ongumhleli wephephandaba iFolha 8, izinsuku eziyisihlanu zokuthi ikhokhe u-10 million kwanzas ($106 000) wenhlawulo noma egwetshwe unyaka ejele ngodaba lwango-2008 lapho ayesola khona ojenene abathathu bombutho wezamasosha e-Angola ngokuzicebisa nokusebenzisa amandla ezikhundla kabi.

Le ntatheli ibe itshela abe-AFP ukuthi inhlangano ebusayo iMPLA ayimthandisisi kusukela leliya lizwe lathola ukuzimela ngo-1975.

"I-MPLA ingifuna la gingakhona," esho.

"Sizoyitholaphi imali engaka? Kungcono ngivalelwe,” esho.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Partly sunny. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 8-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...