Kuboshwe 5 wezintatheli eNigeria

2011-10-12 09:18

Lagos - Amaphoyisa aseNigeria abophe izintatheli eziyisihlanu nezikhulu ezimbili zephephandaba elizimele elizinze eLagos, kusho leli phephandaba esitatimendeni.

Iphephandaba iThe Nation lithe likholelwa ekutheni imbangela yalokhu kuboshwa kumayelana nokushicilelwa kombiko ngesonto eledlule ongencwadi "eyimfihlo" okusolakala ukuthi yabhalwa yilowo owayengumengameli u-Olusegun Obasanjo eyibhekise kuMengameli Goodluck Jonathan.

U-Obasanjo kuthiwa ufuna kuxoshwe izikhulu eziyisihlanu.

Akukabi khona siqinisekiso esivela ezikhulwini mayelana nokuboshwa kwalezi zintatheli e-Abuja naseLagos.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 16-32°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...