Kuboshwe 13 ngokubulawa kwezitshudeni

2012-10-09 07:28
Yabelani Shicilela

Accra - Izikhulu zaseNigeria zibophe abantu abangu-13 okubalwa nenduna yendawo eRivers State, nalapho kubulawe khona ngesihluku izitshudeni, zishiswa ziphila ngesonto eledlule, kusho iNews Agency of Nigeria.

Izakhamuzi e-Omuokiri zititinye la bafundi ngemuva kokubasola ngokweba amaselula nama-laptop.

Kube sekufakwa i-video yalesi sigigaba ku-internet ngoMgqibelo.

Le video itshengisa amadoda amane agcwele igazi, egaxwe amathayi emiqaleni.

I-University of Port Harcourt, iqinisekisa abathathu kulaba ababulewe ukuthi bebefunda khona.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-27°C Sunny. Warm. PE: 13-23°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...