Izisulu zincoma isigwebo sikaTaylor

2012-05-30 16:12

Freetown - Izisulu zodlame lwaseSierra Leone omsuka lwalo kuyiloyo owabe engumholi waseLiberia uCharles tayllor zisamukele isigwebo seminyaka engu-50 agwetshwe yona.

Kuthule cwaka ngaphakathi enkantolo nangaphandle ngesikhathi kulindeleke ukuthi ijaji lethule isigwebo sikaTaylor.

Izinkumbi zabantu bezibukela bukhoma kumabonakude ukugwetshwa kukaTaylor.

Isisulu u-Al Hadji Jusu Jarka, wajumpulwa izandla zombili ngamasosha kaTaylor.

"Kuphelile manje ngoCharles Taylor, livalekile ikhethini, ngifuna imudle lento ayenza kubantu," kusho uJarka.

Isishoshovu samalungelo abantu uCharles Mambu uncome isigwebo wathi kuyathokozisa kakhulu ukubona ubulungiswa bugcinwa.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Cool. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...