Izigayigayi zifuna ukuphatha eMali

2013-02-08 10:03

Dakar - Izigayigayi zeqembu iTuareg ezweni laseMali, zihlela ukuzihlanganisa nezombusazwe, njengoba amasosha aseFrance esegudlule amaSulumane akade engenise endaweni ebuswa yiqembu leli.

I-Azawad National Liberation Movement (MNLA) laba yingxenye yokuvukela uMbuso mhlaka-17 Januwari 2012, ngesikhathi amalungu ayo ayehlome ezingovolo ebamba impi ishuba, kuliwa noMbuso kaMengameli owabe engundlovukayiphikiswa uMuammar Gaddafi.

Impi lena yaba nzima kakhulu yahlambalaza amasosha kahulumeni, agcine ethi akuthelelwane amanzi.

AbeTuareg bebelokhu belwisana nohulumeni wezwe, kusukela lathola uzimelegeqe ngo-1960, izwe likade libuswa yiFrance.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...