Izigameko ezingu-126 zokudlwengula eDRC

2012-12-19 12:26
Yabelani Shicilela

Geneva - Umqulu ohlanganiswe yi-United Nations uveze ukuthi kubikwe izigameko ezingu-126 zokudlwengula empumalanga neDemocratic Republic of Congo ngemuva kokubaleka kwamasosha nokwaholela ekutheni le ngxenye ibuswe ngamavukelambuso e-M23.

"Sekuboshwe amasosha ayisishiyagalolunye e-Armed Forces, amabili ngokudlwengula ayisikhombisa ngokudala uthuthuva emphakathini," kusho uMartin Nesirky, nokhulumela i-UN, ngoLwesibili eNew York.

Amasosha abalekela amaphekulazikhuni, nabe esethatha iGoma.

Kwabe sekuqalwa izingxoxo phakathi kwezihonga nohulumeni ukuzama ukuqeda lezi zibhelu, nokubikwa ukuthi zihamba ngonyawo lonwabu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-25°C High level clouds. Mild. Pta: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 19-26°C Early fog followed by sunny skies. Mild. PE: 15-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...