Iziboshwa zikhala ngabakashwele eMalawi

2012-07-09 07:19

Zomba - Izikhulu eMalawi zithi kudingeke kumiswe uhlelo lokudedelwa kweziboshwa ebezizothola ushwele kamengameli kulandela ukuthi ezinye zivele zanquma ukuyigxoba.

Sekudlule izinsuku ezimbili uMengameli Joyce Banda ededele ngoshwele iziboshwa ezingu-377 njengoba leliya lizwe beligubha iminyaka engu-48 lathola uzimelegeqe.

Iziboshwa ebezibhikisha ejele elisenkabeni yeZomba zivimbele ukudedelwa kweziboshwa ezingu-34 ebezidedelwe ngoshwele.

Lezi ziboshwa bezikhala ngokuthi esinye sezibohswa esithole ushwele singumdlwenguli esinye singumbulali.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 0-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 0-12°C Sunny. Cool. Bloem: 3-12°C More sun than clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 9-18°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...