Ivele enkantolo indodana kaGaddafi

2013-01-18 07:21

Tripoli - Ivele okokuqala ngaphambi kwenkantolo indodana yomholi owabulawa uMuammar Gaddafi ngamacala okukhubaza ezokuphepha koMbuso, ukuzama ukweqa ejele nokwedelela ifulegi elisha lesizwe.

I-LANA ithe icala likaSeif al-Islam Gaddafi, belibanjelwe eZintan nalapho eboshelwe khona.

Okhulumela umshushisi jikelele eLibya, uTaha Baara ucaphune uSeif al-Islam ethi: “Ngizovikelwa nguNkulunkulu kuphela."

La macala ayamaniswa nomhlangano aba nawo nethimba le-International Criminal Court ngoJuni, nabasolwa ngokumshushimbisela amaphepha athile nekhamera ngesikhathi esesitokisini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C High level clouds. Cool. Pta: 2-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 7-22°C Sunny. Mild. PE: 12-17°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...