Isixuku sishise isiteshi samaphoyisa eNigeria

2012-04-02 12:03

Kano - Ababhikishi bavuke umbhejazane enkabeni yeNigeria bashisa isiteshi samaphoyisa bekhalazela ukuboshwa kwabangani babo, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko

"Isixuku sivuke inj' ebomvu sashisa isiteshi samaphoyisa emuva kokukhulula abangani babo ababoshwa emcimbini waminyaka yonke nalapho omunye wazama ukuklabha omunye ngembazo," kusho okhulumela amaphoyisa asePlateau uSamuel Dabai etshela abe-AFP.

Uthe amaphoyisa adubule emoyeni ezama ukuhlakaza isixuku sabantu ababalelwa ku-500, kwashona oyedwa ngeSonto edolobheni iMiango ngaseJos.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 13-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Sunny. Mild. Bloem: 12-26°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 16-19°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...