Isivakashi sisinde kukubi eVic Falls

2012-01-09 07:29

Sydney - Owesifazane ogqashukelwe yintambo ngesikhathi egxuma eweni wayongena ngekhanda emfuleni ogcwele izingwenya iZambezi River, uthi ubebhekwe ngelakubo ngesikhathi esinda.

U-Erin Langworthy, 22, ubeseholidini likaNcibijane ngesikhathi enza i-bungee jumping engu-111 wamamitha eVictoria Falls, esemngceleni weZambia neZimbabwe.

Kodwa konke kuphenduke inhlekelele ngesikhathi kugqashuka intambo abebanjwe ngayo esesemoyeni, ngenhlanhla wasinda.



"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-27°C Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 13-22°C Broken clouds. Mild. Bloem: 13-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 17-26°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...