Isibhicongo enyuvesi yaseNigeria

2012-10-03 07:21

Abuja - Kudutshulwe kwashona okungenani izitshudeni ezingu-20 ngesikhathi kuhlasela oshayasibhamu abangaziwa eNigeria, kusho umbiko wabezindaba zeDaily Times Nigeria.

Esinye isitshudeni sitshele abezindaba ze-DPA ukuthi lokhu kuhlasela kwenzeke ebusuku ngoMsombuluko ezindlini zokulala abafundi ngaseFederal Polytechnic, eMubi.

“Bavele bathushuka esikhaleni, ngemuva kokuvulelwa bengqongqozile, bavulele ngenhlamvu," kusho uMahmud Tarfa.

Le nyuvesi ivaliwe kulandela lesi sigameko.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-28°C Drizzle. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Mostly cloudy. Warm. Bloem: 18-28°C Drizzle. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C Drizzle. Afternoon clouds. Warm. PE: 18-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...