Imibhikisho ngaphambi kwemiphumela eGibhithe

2012-06-22 10:03

Cairo - Izinkulungwane zababhikishi zinkanise eCairo, eTahrir Square ubusuku bonke njengoba labo abayizimbangi okhethweni lobumengameli bebhekene ngeziqu zamehlo.

La malungu asolana ngokuthi kukhona ozama ukuwina ngokungemthetho kulolu khetho yize imiphumela ingakakhishwa kodwa sekudlule izinsuku ezinhlanu kwaphela ukhetho.

Kulindeleke kuqhubeke impi yamazwi kule mpelasonto njengoba kungenathemba lokhuthi le miphumela ingase ikhishwe maduze.

Nokho-ke akubikwanga dlame.

Laba ababhikishayo bafuna umbutho wezempi ophethe ushintshe imibandela oyibekile kwenziwe umengameli weMuslim Brotherhood, uMohamed Mursi, umholi omusha wezwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. Partly sunny. Warm.
Jhb: 19-26°C Scattered showers. Partly sunny. Warm. Bloem: 18-30°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Dbn: 22-25°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 18-24°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...