Ibhomu libulale abathathu eSomali

2012-12-14 16:26
Yabelani Shicilela

Mogadishu - Ibhomu ebelicushwe emotweni liqhume kwashona abantu abathathu kwalimala inqwaba ngesikhathi kwehla le nhlekelele enhlokodolobha yaseSomali iMogadishu.

"Ibhomu iqhume ngesikhathi umnikazi wemoto ethi uyayisusa... kushone abantu abathathu," kusho isikhulu samaphoyisa u-Aden Mohammed, othe akwazeki noma bekuhloswe umshayili yini.

"Siyaphenya ngalokhu kuhlasela."

Okwamanje alikho iqembu eliphumele obala lathi yilo elihlaselile nokho izinsolo zithi abahlaseli yiqembu lamaphekula i-Al-Qaeda, elidlelana ne- Al Shebab.
 



 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).




Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Light rain late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...