Ibhomu libulale 6 eMali

2013-02-27 14:04
Yabelani Shicilela

Bamako - Isikhulu esihola umbutho osebenzisana nombutho wezempi waseMali sithe idelakufa liziqhumise nemoto ebihlohlwe amabhomu kwashona abayisithupha edolobheni elisenyakatho nezwe iKidal.

U-alghabas Intalla, nohola i-Islamic Movement of Azawad, noma i-MIA, uthe idelakufa leli liziqhumise nemoto ngoLwesibili ebusuku.

Uthe kushone amalungu akhe ayisithupha kwathi amanye alimala.

I-MIA yinhlangano isebenzisana nombutho wezempi waseMali namasosha aseFrance, balwisana namavukelambuso angamaSulumane.

Akukacaci kahle ukuthi ngubani leli delakufa, kodwa kusolakala ukuthi lesi yisenzo seMovement for Oneness and Jihad in West Africa, noma i-MUJAO.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 10-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 15-25°C Mostly sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...