Ibhomu libulale 4 eSomalia

2011-10-18 16:24
Yabelani Shicilela

Mogadishu - Isikhulu samaphoyisa sithi idelakufa liziqhumise nemoto ebihlohlwe amabhomu ngasesakhiweni soMnyango wezangaPhandle eSomali, kwashona okungenani abantu abane.

Isikhulu samaphoyisa u-Ali Hassan ukuqinisekisile lokhu ngoLwesibili.

Uthe kulesi sigameko kulimale abantu abayisithupha.

Ozibonele, uTohow Abdi, uthi izicubu zemizimba zabantu bezindiza emoyeni ngesikhathi kuqhuma ibhomu.


- Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...