ITopiya ilahle ngecala abashomene ne-Al Qaeda

2013-01-01 15:50
Yabelani Shicilela

Addis Ababa - Inkantolo e-Ethiopia, ilahle ngecala abantu abayishumi ekutholakale ukuthi banobudlwelwano neqembu lamaphekula i-Al-Qaeda.

"Sibathole benamacala," kusho iJaji uBahru Darcha.

Laba bahlanganisa noyedwa odabuka eKenya, baboshwa ngenyanga ka-Epreli, bethweswa amacala ngaphansi komthetho ngamaphekula.

Bekungokokuqala izwe laseTopiya liqula icala elihlobene ne-Al-Qaeda.

Bonke abasolwa balivumile icala, ngaphandle kowaseKenya, bonke kulindeleke bagwetshwe mhlaka-15 Januwari.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


 

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-28°C Sunny. Warm. PE: 14-22°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...