IRwanda igxeka udlame lwaseDR Congo

2012-11-16 16:27

Kigali - UNgqongqoshe wezangaPhandle eRwanda uLouise Mushikiwabo usegxeke ukuqala phansi kwempi eqhubeka entshonalanga neDR Congo ephakathi kwamadelakufa eqembu i-M23 namasosha kahulumeni i-FARDC.

"Ukwenza kwabe the FARDC ne-M23 kanye nezinye izinhlangano, kumele kuphele nya ngoba kukhubaza izihlelo zokuzama ukuthuthukisa isifunda,,” kusho isitatimende sikaMushikwabo.

UMushikiwabo uthi impi eqhubeka eDR Congo isikapakela emgceleni waseRwanda.

I-United Nations ike yagxeka iRwanda yathi yeseka oshayasibhamu be-M23, uhulumeni waseRwanda uyakuphika lokhu.




 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Lisezandleni zikaMugabe elikaMujuru

Emizuzwini eyi-31 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 13-25°C Showers late. Broken clouds. Warm. Bloem: 15-31°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-25°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...