INigeria izimisele ngokuxoxisana neBoko Haram

2012-11-02 14:45
Yabelani Shicilela

Abuja - INigeria ithe izimisele ngokuqeda ukuhlasela kwenhlangano yezihonga iBoko Haram ngokuthi kuxoxiswane ngemuva kokuphumela obala kwelinye ilungu lale hlangano.

U-Abu Mohammed Ibn Abdulaziz, ukhulume nezintatheli enyakatho mpumalanga neMaiduguri ngoLwesine ngocingo, nothe ungumholi ophezulu weBoko Hram.

Uthe le nhlangano ayilwisani nohulumeni waseNigeria, nokuphikisana kakhulu nezitatimende zangaphambilini zeBoko Haram.

Lokhu-ke kushiye ungabazane kwabaningi ngokuthi iyiqiniso kangakanani le nkulumo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...