INigeria ithumela amasosha eMali

2013-01-15 16:20

Abuja - Amasosha angu-900 aseNigeria azothunyelwa ezweni iMali, engakapheli amahora angu-24, ngokomyalelo we-United Nations, kusho okhulumela uMnyango wezokuVikela eNigeria.

"Umengameli uphasise ukuthunyelwa kwamasosha azoyokwelekelela iMali ehaqwe yizinkinga ezidalwa ngamaphekula,” kusho uColonel Mohammed Yerima, etshela abezindaba.

UYerima uthi kuzothunyelwa abangu-900, wathi kungenzeka kuphinde kwandiswe ngabanye abangu-300.

Empeleni kuphasiswe ukuthi kuthunyelwe abangu-3 300 baseNIgreia, bazokuba ngaphansi kwesandla sikaMajor General Shehu Usman Abdulkadir.

Kunokwesabela ukuthi iMali ingase ibe ngumhume wabashokobezi be-Al Qaeda abamise kambi amazwe amaningi emhlabeni.






 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Cool. PE: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...