INigeria iqothe 35 weBoko Haram

2012-09-25 08:07
Yabelani Shicilela

Abuja - Umbutho wezamasosha eNigeria usubike ukuthi usubulale amalungu angu-35 eqembu lezihonga, iBoko Haram, abopha amanye ngesikhathi kunempi yezulu lezandla eDamaturu ebusuku.

IBoko Haram, nefuna ukubusa endaweni esenyakatho neNigeria nokungeyamaSulumane, isisolwe ngokufa kwabantu abangaphezu kuka-1 000 kusukela ukuhlasela kwayo kwakhula ngo-2010.

"Lokhu kuhlasela kuqhubeke ubusuku bonke bangeSonto nangoMsombuluko ekuseni," kusho okhulumela iJoint Task Force (JTF) u-Eli Lazarus.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 13-21°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...