INiger izibophezele ekusizeni iMali

2012-12-03 12:02

Niamey - Umengameli waseNiger uthi izwe lakhe limi ngomumo ukwelekelela iMali, emizamweni yokubuyisa umhlaba osenhla nezwe, odliwe ngabangamaSulumane.

UMengameli uMahamadou Issoufou ukhulume emhlanganweni ngeSonto, ekanye noMengameli waseMali uDioncounda Traore.

Abaholi bacele izihonga ukuthi ziyeke impi eziyiqhuba eMali, zilekelelana neqembu elesatshwayo i-al-Qaeda.

Kuphinde kwacelwa i-UN Security Council ukuthi ihoxise ukuhambisa amasosha kule ndawo, umbhidlango owaqubuka ngenyanga kaMashi washiya le ndawo ibuswa yiembu elidlelana ne-al-Qaeda.

Indawo edliwe ngamaphekula ihlanganisa imingcele engenela eMauritania, Algeria naseNiger.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: 0-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-26°C Sunny. Mild. PE: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...