IJapan ivale izindlu zenxusa laseMali

2013-01-23 16:23
Yabelani Shicilela

Bamako - Uhulumeni waseJapan uthi uzovala izindlu zenxusa laseMali, njengoba kunokwesaba ngenxa yokuqhubeka kwempi ephakathi kwamasosha namavukelambuso.

Phambilini ngoLwesithathu, bekulindeleke ukuthi amasosha aseMali ekanye nawaseFrance, angenise emadolobheni adliwe ngamavukelambuso adlelana ne-Al Qaeda.

"Ngenxa yodlame olulokhu luqhubeka eMali, sizozivala okwesikhashana izindlu zamanxusa,” kusho okhulumela uMnyango wezangaPhandle uYutaka Yokoi, etshela abezindaba eTokyo.

Isinqumo siza nje iJapan isanda kumemezela ukuthi amavukelambuso abulale abantu abayisikhombisa baseJapan, ababulawe bethunjwe e-Algeria, engumakhelwane neMali.

Isikhulu se-United Nations uBan Ki-moon uncome iFrance ngemizamo yayo, nokho wathi unokwesabela ukuphepha kwabahambisi bosizo, abangase bethelwe ngamachaphazelo.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kulwe abaseNigeria nabaseCameroon

Emizuzwini eyi-5 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-20°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...