IBrithani ingase ithumele amasosha eMali

2013-01-29 10:02

London - IBrithani isezinhlelweni zokuthumela amasosha abalelwa ku-200, ukuthi ayokwelekelela izwe laseMali elibhekene nempi enzima eqhutshwa yiqembu lamaSulumane.

Ukuthunyelwa kwamasosha kuyingxenye yomyalelo we-European Union, kulindeleke ukuthi amasosha azothunyelwa alekelelane namasosha aseFrance.

UNdunankulu uDavid Cameron ukhulume noMengameli waseFrance uFrancois Hollande, wamtshela ukuthi iBrithani izimisele ngokwelekelela iFrance neMali.

Ngempelasonto kubikwe ukuthi kubulawe abangu-25 beqembu lamaphekula, ngesikhathi kutholene impi edolobheni iGao.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Rain early. Decreasing cloudiness. Warm. PE: 19-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...