IBoko Haram ivuma ukuhlasela eNigeria

2012-07-10 12:01
Yabelani Shicilela

Maiduguri - Isitatimende esiyamaniswa nenhlangano yamaphekulazikhuni eNigeria, iBoko Hram, ithi iyona ehlasele ezigamekweni ezishiye abantu abangu-58 beshonile.

Lesi sitatimende esitholwe yi-Associated Press ngoLwesibili sithi le nhlangano izishaya izifuba ngokuhlasela ePlateau, nalapho kuthiwa oshayasibhamu bagasele emizini ngoMgqibelo.

Siqhube ngokuthi le nhlangano izqhubeka nokuhlasela izikhulu zikahulumeni nabenkolo yamaKhrestu.

Sithi amaKhrestu "ngeke akuthole ukuphumula" uma bengafuni ukwamukela inkolo yobuSulumane.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C High level clouds. Warm. Pta: 12-22°C More sun than clouds. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-22°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...