I-UN ifuna usizo ngeDRC

2013-01-10 15:01
Yabelani Shicilela

New York - UNobhala Jikelele we-United Nations uBan Ki-moon ufuna ezinye izinsiza ukuze kuqiniswe amasosha e-UN okugcina ukuthula, atshalwe eDemocratic Republic of Congo.

UMoon ufuna kwandiswe amasosha kanjalo nezinsiza zokusebenza ebusuku, amakhamera kanye nokunye.

Okhulumela iNhlangano yeZizwe uMartin Nesirky utshele izintatheli wathi uBan uthumele incwadi ngoDisemba 27 kwabe-Security Council efaka isiphakamiso okuhloswe ngaso ukuphucula isimo sokuvikelwa komphakathi eDRC.

Isithunywa se-UN sithe kulindeleke ukuba uBan athumele umbiko kumkhandlu wezokuphepha ngasekupheleni kwenyanga, ocacisa kabanzi ngeziphakamiso zokwengenzwa kwamasosha okungenani angu-2 000.

Amasosha lana kubhekeke ukuthi atshalwe edolobheni iGoma.




"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe 25 eNigeria

2014-04-23 08:09
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...