I-EU izofaka isandla eMadagascar

2012-08-08 14:05

Brussels - I-European Union ithi isiqale usizo lokuthuthukisa iMadagascar kulandela iminyaka emithathu yezinxushunxushu kulandela ukuvukelwa kombuso kwaketulwa nomholi.

Uhulumeni kaMengameli Andry Rajoelina umemezele ngesonto eledlule ukuthi leliya lizwe lizoba nokhetho ngoMeyi 8, 2013.

Ngo-2009, uRajoelina wakhipha ngendluzula esikhundleni imbangi yakhe uMarc Ravalomanana, esizwa ngumbutho wezempi.

Lokhu kuvukelwa kombuso, okwabonakala njengokulimaza intando yeningi, kwadala ukuthi i-EU namanye amazwe aseNtshonalanga amise usizo ayehlinzeka ngalo leliya lizwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ngeke uMujuru ayibuse iZimbabwe - Mugabe

Emizuzwini eyi-58 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-30°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...