I-AU yamukele iMali

2012-10-25 12:00

Addis Ababa - I-African Union imemezele izindaba zokubuyiswa kwezwe iMali ngaphansi kwePan African, kulandela ukumiswa kwaleli lizwe ngemuva kodlame lwangoMashi.

"Umkhandlu unqume ukubuyisela iMali ukuba ibe yingxenye ye-AU," kusho owekhomishana lezokuThula nokuPhepha, uRamtane Lamamra, etshela izintatheli.

Ubulungu beMali baqedwa ngesikhathi amasosha equmba phansi umbuso kahulumeni owayesanda kukhethwa ezinyangeni eziyisikhombisa ezedlule.

Lokhu kwenza amasosha amavukelambuso azitanasela nje kwathi iqembu lamaSulumane iTuareg lathatha ingxenye enkulu esenyakatho yezwe.

NgoLwesithathu i-AU iphinde yanxusa ukuba kube nohlelo lokuthula okuhlanganisa nokhetho oluzoba ngasekuqaleni konyaka ozayo.
 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 14-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...