Bazovela enkantolo kolwase-DRC

2013-02-14 10:05

Johannesburg - Amadoda angu-20 asolwa ngokwakha itulo lokuketula uhulumeni waseDemocratic Republic of Congo (DRC) azovela eNkantolo yesiFunda ePitoli ngoLwesine.

Ngesonto eledlule, inkantolo ibeke ngokusemthethweni amacala amavukelambuso angu-19 ase-DRC ngokufuna ukuvukela uMbuso wezwe lawo.

Laba baboshwa ngoFebhuwari 5 eLimpopo.

Owesilisa osolwa ngokuba ngubhongoza walaba waboshwa ngoFebhuwari 8 eKapa.

Laba basolwa ngokulindela ukuthola ukuqeqeshwa ngaphansi kombutho wezempi ukuze baketule uMengameli wase-DRC uJoseph Kabila.

"Bebefuna ukukhipha uKabila esikhundleni ngokungemthetho," kusho uMshushisi uShaun Abrahams etshela inkantolo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Mild. Pta: 8-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Mostly sunny. Mild. PE: 14-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...