Bazinikele abaqwayizi kwelokubulala

2012-12-07 07:28

Blantyre - Bazinikele kwabomthetho abaqwayizi basedolobheni elisenyakatho neMalawi, iMzuzu, nabasolwa ngokubulala amakhasimende amabili ayengafuni ukubakhokhela.

“Laba bobabili bazinikele emaphoyiseni ngemuva kokubona ukuthi bayathungathwa," kusho okhulumela amaphoyisa uNorah Chimwala.

La baqwayizi basolwa ngokubulala amakhasimende abo amabili ayedakiwe ngokuwagwilizisa edamini ngemuva kokunqaba ukubakhokhela.

Bahlonzwe njengoFlorence Khoko noMphatso Chanza, abaneminyaka engu-17 ubudala, bazovela ngaphambi kwenkantolo, kanti bangase bathole isigwebo sentambo uma belahlwa yicala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C High level clouds. Mild. Pta: 20-30°C Heavy rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 17-26°C Flash floods. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 18-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C More clouds than sun. Mild. PE: 15-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...