Bayishaya indiva eye-tsunami eMozambique

2012-04-11 16:38

Maputo - Izikhulu eziphezulu eMozambique zithi azinalo uvalo lokuthi kuzohlasela i-tsunami kuleliya lizwe, njengoba amazwe amaningi enamaphaphu aphezulu kulandela isexwayiso.

Ukuhlasela kwamagagasi anamandla e-Indonesia kuholele ekutheni kukhishwe isexwayiso sokuthi abantu bazilungiselele ukuhlasela kwe-tsunami.

"Ukube bekuthiwa kukhona into ekumele yenzeke ngabe seyenzekile," kusho isikhulu sezimo eziphuthumayo ezweni uDulce Chilundo, etshela abezindaba.

Imibiko ithe i-tsunami ibizohlasela eMozambique ngezithuba zasekuseni ngoLwesithathu, nokho akukho okwenzekile.

UChilundo uthi izikhulu eMozambique zizoqhubeka nokuqapha isimo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Umculi,28, ushade nogogo ona-68

Emizuzwini eyi-42 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 11-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 11-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...