Bavune uMthethosisekelo omusha e-Egypt

2012-12-26 08:48

Cairo - Ikhomishana yokhetho e-Egypt ikuqinisekisile ukuthi uMthethosisekelo oqubule umsindo, nowesekwa ngamaSulumane, uvotelwe ngabantu abayisilinganiso sika-64%, layichitha imibiko yokuthi ukhetho lube nomkhoshosho.

Le miphumela ihambisane naleyo eyakhishwa yiqembu likaMengameli Mohamed Morsi, iMuslim Brotherhood, ngemuva komzuliswano wokugcina wokhetho.

"Akekho ongathi uhluliwe ngenxa yale miphumela, uMthethosisekelo owethu sonke," kusho uNdunankulu uHisham Qandil esitatimendeni.

Ube esecela zonke izinhlaka ukuba zisebenzisane nohulumeni ukubuyisela umnotho endaweni yawo.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone-16 amaphekula ebambene namasosha

Emizuzwini eyi-22 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Sunny. Mild. Pta: 2-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-23°C Sunny. Mild. PE: 8-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...