Bakhale kuhulumeni abesifazane e-Uganda

2012-06-14 13:50

Kampala - Abesifazane abangaphezu kuka-100 bayashona njalo uma bebeletha e-Uganda, lokhu sekwenze izishoshovu zabesifazane zahambela eNkantolo eNkulu yezwe ngenhloso yokuphoqa uhulumeni ukuthi enze ngcono isimo sezibhedlela bemitholampilo.

Izishoshovu zithi amaJaji kumele aqinisekise ukuthi abesifazane bezwe bayavikeleka kanjalo namalungelo abo uma bebeletha ayavikeleka.

INkantolo yoMthethosisekelo ithe lolu wudaba lokugingidwa ngosopolitiki bezwe hhayi izinkantolo.

"Sifuna ukusho ukuthi uma kushona owesifazane osuke ebeletha lokho kungukubulala ilungelo lakhe," kusho uNoor Musisi wenhlangano iCentre for Health, Human Rights and Development, eKampala.

Kuthiwa okungenani abesifazane abangu-16 abasuke bebeletha bayashona njalo ngosuku, lokhu kwenzeka kakhulu ezindaweni ezisemakhaya.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-31°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-32°C Sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Widely scattered tstorms. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...