Badedelwe ebebethunjwe eSudan

2013-01-03 09:01

Khartoum - Izingqapheli zokuthula ezimbili ezidabuka eJordan zidedelwe ngabathumbi bazo baseSudan, ngemuva kwezinsuku ezingu-136 zithunjiwe.

"Baphephile," kusho okhulumela inhlangano i-Unamid u-Aicha Elbasri.

U-Elbasri uthi kungokokuqala ukuthi abasebenzi babo bathunjwe isikhathi eside njenga lesi.

Kungekudala laba bazobhekisa amabombo ekhaya eJordan, bathunjwa mhlaka-20 Agasti, besedolobheni iKebkabiya.


 

 

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-14°C Broken clouds. Cool. Pta: 6-22°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Jhb: 3-16°C Showers late. More sun than clouds. Cool. Bloem: 0-13°C High level clouds. Cool.
Dbn: 10-12°C Numerous showers. Mostly cloudy. Quite cool. PE: 8-15°C a few showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...