Babhekenene ngeziqu zamhehlo eLibya

2013-01-08 08:09

Tripoli - Izakhamizi zaseLibya zakhokha ngezimpilo zazo emizamweni yokuphikisa uhulumeni ongundlovu kayiphikiswa, owabe usubuse iminyaka engu-42, uholwa nguMengameli uMuammar Gaddafi.

Kungakapheli ngisho iminyaka emibili wachithwa lo mbuso, izakhamizi zibhekene ngeziqu zamehlo nohulumeni ophethe, kubangwa uMthethosisekelo.

Isimo sithande ukushuba ngoMsombuluko ngesikhathi amalungu eqembu iNational Forces Alliance (NFA), ememezela ukuthi ayahoxa kwisishayamthetho, ngenhloso yokukhombisa ukulwisana noMthethosisekelo sivivinywa.

Iqembu leli linezihlalo ezingu-39, ePhalamende elinezihlalo ezingu-80.

Umholi weqembu u-Abu Baker Bueira, ukhulume wathi: "Asazi umbhiyozo wethu uzodonsa kuze kube nini, kuphela asihambisani nabantu abaqokelwe ukudwena uMthethosisekelo," esho etshela izindaba ze-AFP.


 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 1-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Cool. PE: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...