Babambe umbhikisho eGibhithe

2012-10-12 15:52

Cairo - Kuqubuke ingxabano ngesikhathi kunombhikisho wabahlali enhlokodolobha yaseGibhithe, iCairo ngesikhathi ababhikishi besho iziqubulo ezigxibha uMengameli osanda kuqokwa.

Izishoshovu zibambe umbhikisho zithi zifuna uMengameli uMohammed Morsi, athathe izinqumo njengoba skuphele izinsuku ezingu-100 esehhovisi.

Ababhikishi bathe bafuna kube khona ushintsho olunqala kuMthethosisekelo wezwe omusha, laba kuthiwa basho iziqubulo ezigcine zisusa uthuthuva kulabo abadlelana nomengameli osanda kuvotelwa, engena esikhundleni sikaMengameli uHosni Mubarak owachithwa.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Heavy rain. Afternoon clouds. Cool. Pta: 8-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool.
Jhb: 5-10°C Rain showers. Broken clouds. Cool. Bloem: 1-11°C Heavy rain. Morning clouds. Cool.
Dbn: 12-20°C Showery. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...