Ashoshela eGoma amasosha aseDRC

2012-12-03 16:27

Sake - Amasosha kahulumeni waseDemocratic Republic of Congo alungiselela ukungena ezimayini ezise dolobheni iGoma, njengoba sekuphume izidlamlilo zeqembu i-M23.

I-M23 yangena kuleli dolobha ngenyanga eyedlule, esikhathini esiyizinyanga eziyisishiyagalombili yaqala ukuhlasela eKinshasa.

Ukuphuma kweM23 kule ndawo kulethe ithemba ngokuthula nokuphepha kwabahlali.

Izikhulu zithi uMengameli uJoseph Kabila uzoqala izingxoxo naleli qembu leziqhwaga, alalele izimfuno zalo, amasosha kahulumeni aseqalile ukusondela enkambini iMubambiro, ngasedolobheni iSake, eliseduze neGoma.

"Silindele umyalelo wokuthi singene eGoma," kusho isikhulu samasosha.

Udlame oluqubuke kulendawo lushiye abantu abalinganiselwa ku-35 000 bengenamakhaya.
 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Rain. Morning clouds. Cool. Pta: 19-33°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-27°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-32°C Rain early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Heavy rain late. Afternoon clouds. Mild. PE: 16-23°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...