Anginanxa neSouth Sudan - Bashir

2012-05-07 07:06
Yabelani Shicilela

Khartoum - UMengameli waseSudan u-Omar Hassan al-Bashir uthe ngeke avumele izinxushunxushu phakathi kwezwe lakhe neSouth Sudan kusithe "ubudlelwane" abanabo naleliya lizwe.

Emuva kokuthi iSouth Sudan ibuyisele ngakuyona isizinda sikawoyela esibangwayo iHeglig ngenyanga eyedlule, uBashir uthembise ngokukhulula abantu baseSouth eqenjini elibusayo eSudan, iPeople's Liberation Movement, nababize ngezi"nambuzane".

Kulandela ukuhilizisana osekudonse inyanga, i-United Nations igxeke ukuhlasela emoyeni okwenziwa yiSudan eSouth Sudan.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Light rain late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...