Amavukelambuso aseDRC ezingxoxweni nohulumeni

2012-12-13 07:30

Kampala - Izihonga zaseDemocratic Republic of Congo, i-M23, zizoba nezingxoxo zokuthula nezithunywa zikahulumeni njengoba zombili lezi zinhlaka zizimisele ngokuthola isisombululo.

“Asizange sihlangane namhlanje njengoba izinhlaka ezithintekayo bezizilungiselela izingxoxo," kusho okhulumela i-M23 uBertrand Bisimwa.

“Uhulumeni uyazilungiselela njengoba nathi senze njalo, kunemiqulu esiyilungisayo."

Lezi zingxoxo, ezivulwe eKampala ngeSonto, ezakamuva ukuzama ukuxazulula indaba yodlame oselukhiphe izinkulungwane zabantu emakhaya azo esifundazweni iNorth Kivu.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 10 kuwa ibhilidi

2014-11-25 12:29
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Tstorms late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...